Zulu migrant populations have taken it to adjacent regions, especially to Zimbabwe, Lesotho, Malawi, Mozambique and Swaziland. Like most indigenous South African languages, it was not a written language until contact with missionaries from Europe, who documented the language using the Latin Script. The first written document in isiZulu was a Bible translation that appeared in 1883 from Norway.
The Zulu language: Person – umZulu; People – amaZulu; Language: – isiZulu; Country – kwaZulu.
https://en.wikipedia.org/wiki/Zulu_language
The Zulu version of the Great Invocation was tested for its esoteric correctness by requesting Zulu speaking experts to judge it. Corrections were made and this is the esoteric correct version that was accepted by Lucis Trust.
Umthandazo Omkhulu
Kusukela kulokho kukhanya
phakathi komcabango kaNkulunkulu
ukukhanya makusabalalele
emiqondweni yabantu.
Ukukhanya makwehlele emhlabeni.
Kusukela kulo uThando
ngaphakathi kwenhliziyo kaNkulunkulu
uThando maludluliselwe
ezinhliziyweni zabantu.
Makabuyele uKristu emhlabeni.
Kusukela phakathi emongweni
Lapho iNtando kaNkulunkulu yaziwa khona
Injongo ayihole izifiso zabantu –
Injongo leyo abaphathi abayaziyo
futhi abaphila ngayo.
Kusukela phakathi emongweni
esiwubiza ngokuthi yisizwe sabantu
Makuphumelele icebo
lothando nokukhanya
Malivale umnyango
lapho kuhlala khona ububi.
UkuKhanya noThando
naMandla makubuyisele iCebo
LikaNkulunkulu emhlabeni.